AmaMbatha Heritage (AmaGugu AmaMbatha) Ilwela ubumbano lawo wonke AmaMbatha emhlabeni wonke nkokugcinwa kobuciko, amasiko, nawo wonke amagugu asemaMbatheni.

Uma ungomunye wasemaMbatheni kungakhathaliseki ukuthi uhlala kuphi wamukelekile. Asichemanga kwezeNkolo noma kwezePolitiki, kuphela nje uma udabuka kuNkosi uSontshikazi kusekhaya lapha.