http://www.kzncogta.gov.za/Newsroom/LatestEvents/2014/InstallationofInkosiMadubulaMbatha31October.aspx

Ngezi 31 October 2014 Isilo Goodwill Zwelithini ugcine Inkosi Madubula Mbatha ngokusemthethweni eKingsley Grounds eNcome. Isilo besihambisana no Nkosikazi Nomsa Dube-Ncube ophethe I Cooperative Governance and Traditional Affairs esifundeni sakwa Zulu-Natal.

Kwabebethamele lomcimbi abaholi be Amambatha Heritage Society (AHS) kanye neNduna yamaMbatha eGoli ubaba uShalazile Mbatha naye obefike nethimba lakhe.
Kujatshuliwe kwadliwa nemnyama kwazise beziyisithupha izinkomo ebezihlatshiwe kulomcimbi. Angisayiphathi keep eyemvunulo beyiyikazela bulili bonke.

Stanley Mbatha
+27 74 669 8455